~Injabulo yami~(My joy)


Image

~Injabulo yami~

 

 

Lapho usizi lwalungikhungethe

Wavela njengelanga

Onjengawe namanje angimbonanga

Ezenhlupheko angizikhalanga

Maqondana nesandla sami

khona into eshaya 

ubusuku nemini,

Ibelesele njengamageje emasimini

Iyangqongqoza emnyangweni

Imemeza nase masangweni

Ngakuvumela wangena

Waphenduka injabulo yami

Kwakhona ukuqonda nokuqonda

Ukuqonda nokuqondisisa

Emthonjeni wothando wageleza

Nezitha ngazihebeza

Wakude ngamehlo waseduze ngomoya

Uyinjabulo yami

Othandiwe wami

Ngawe ngibuyele muva 

ngaphenduka

isigqila

sothando

Uyinjabulo yami

Uphenduke udadewethu phakathi kwethu

Wangumama wahola lothando

Ngehlulekile ingakho ngibalisa

Nalezi nyembezi akuzona zokuzikhalisa

Uyinjabulo yami

 

~Injabulo yami~

 

Poem by|DaSoulstriker

Year. |2012

Jozi Poet Art Work Inc

Pneumarella Society of Arts (PSA)

http://www.dasoulstrikersite.wordpress.com 

Advertisements

2 thoughts on “~Injabulo yami~(My joy)

Leave a Reply

Fill in your details below or click an icon to log in:

WordPress.com Logo

You are commenting using your WordPress.com account. Log Out / Change )

Twitter picture

You are commenting using your Twitter account. Log Out / Change )

Facebook photo

You are commenting using your Facebook account. Log Out / Change )

Google+ photo

You are commenting using your Google+ account. Log Out / Change )

Connecting to %s